Home / Treatment Literacy Series / 21 Amalungelo Abantu Ingxenye Yokuqala
Okuzayo!Eningizimu Afrika sinohlaka lwezomthetho oluvikela amalungelo ethu njengezakhamizi, njengabasebenzi, njengabathengi, nanjengeziguli. Lolu hlaka lomthetho lwenzelwe ukusivikela ekubandlululweni okungenabulungiswa. Kunemithetho futhi nosekwedlulwa kukho komthetho okuvikela amalungelo abantu abaphila ne-HIV/AIDS. Kule siqephu, sibheka Usomqulu Wamalungelo kanye noMthethosisekelo kaZwelonke nokuthi lokhu kusiza kanjani ekuvikeleni amalungelo ethu njengabantu abaphila ne-HIV/AIDS. Kusukela ekukhululekeni ekubandlululweni esikoleni kuye kwilungelo lokwelashwa kubantu abaphila ne-HIV/AIDS, lolu hlelo lukhombisa ngokugcwele ukuthi umuNye wale Mithetho ukhonela kanjani ukuvikela amalungelo ethu esintu.
Okuzayo!1. Uyini umthethosisekelo na?2. Amalungelo emsebenzini3.
4. Amalungelo abesifazane5. Amalungelo abantwana6. Amalungelo eziboshwa7. Amalungelo abantu bangaphandle
Subscribe to our e-Newsletter and get the latest Siyayinqoba Beat It! news.