Home / Treatment Literacy Series / 20 Ukunakekelwa Okusekeleke Ekhaya


isiZULU

Ukunakekelwa Okusekeleke Ekhaya

Ukwazisa nge-HIV: Ingxenye YokuqalaUkwazisa nge-HIV: Ingxenye YesibiliUhlelo Lokhuvikela Negciwane IeHIVImishanguzo Yabantu AbadalaIsifo Sofuba Nesandulela NgculazaUbubi Bama ARVsIsandulela Ngculazi Nocansi Ukuhlolelewa Isandulela Ngculaza NgokuzikhethelaAbantwana Abakwi ARVsAbantwana Ngaphandle KwemishanguziUkudla Ama-ARVs Ngendlela EyiyoIzifo Ezingosomathuba Ezihlasela UmlomoIzifo Ezingosomathuba Ezihlasela IsikhumbaIzifo Ezingosomathuba Zohlelo LokuphefulmulaIzifo Ezingosomathuba Zohlelo Lwemizwa Nemicela Mngeni Kwisimo SengqondoImigomo Eyisiekelo Yokuphila Ngendlela EfaneleUkudla Okunephilo neHIVAbesifazane Negciwane Ie-HIVUkuvikeleka Ukudluisela Igciwane Likamama EmntwaneniUkunakekelwa Okusekeleke Ekhaya Amalungelo Abantu Ingxenye Yokuqala

Eminyakeni embalwa edlule eNingizimu Afrika, ukunakekelwa okusekeleke ekhaya nokunakekelwa usekhaya kwakusho ukunakekela abantu ababegula kangangoba babezofa. Kodwa manje, ngokuvamile lokhu kwenziwa kubantu abalashwa ngama-ARV nabasethubeni elihle kakhulu lokusinda. Kulolu hlelo, sichaza okubandakanywa wukunakekela ekhaya sikhombise ukuthi kusemqoka ekusizeni abantu belulame ezifweni zabo ezingosomathuba. Sibuye siqhamise ubumqoka bezinga lokunakekelwa elitholwa ngabantu ukusiza ekwelulameni.

Izahluko

Ukwazisa
1.  Kuyini ukunakekela ngokuphelele?
2.  Indima edlalwa ngama-ARVs ekunakekeleni ngokuphelele
3.  Kutholakalaphi ukunakekelwa?
4.  Eminye zezidingo ngqangi ezitholakala emphakathini


Okuzayo!
1.  Kuyini ukunakekelwa okusekeleke ekhaya?
2.  Kuyini uunakekelwa kuphelele?
3.  Yini umahluko phakathi koku nakekelwa okusekeleke ekhaya noku nakekelwa esibhedlela?
4.  Ukunakekelwa okusekelekwe khaya ne HIV
5.  Ukunakekelwa okusekelekwe e khaya ne zinye izinye iznhlobo zosizo

6.  I ndima edlalwa yilowo onakekelayo ekutholeni imali grant