Home / Treatment Literacy Series / 17 Ukudla Okunephilo neHIV


isiZULU

Ukudla Okunephilo neHIV

Ukwazisa nge-HIV: Ingxenye YokuqalaUkwazisa nge-HIV: Ingxenye YesibiliUhlelo Lokhuvikela Negciwane IeHIVImishanguzo Yabantu AbadalaIsifo Sofuba Nesandulela NgculazaUbubi Bama ARVsIsandulela Ngculazi Nocansi Ukuhlolelewa Isandulela Ngculaza NgokuzikhethelaAbantwana Abakwi ARVsAbantwana Ngaphandle KwemishanguziUkudla Ama-ARVs Ngendlela EyiyoIzifo Ezingosomathuba Ezihlasela UmlomoIzifo Ezingosomathuba Ezihlasela IsikhumbaIzifo Ezingosomathuba Zohlelo LokuphefulmulaIzifo Ezingosomathuba Zohlelo Lwemizwa Nemicela Mngeni Kwisimo SengqondoImigomo Eyisiekelo Yokuphila Ngendlela EfaneleUkudla Okunephilo neHIVAbesifazane Negciwane Ie-HIVUkuvikeleka Ukudluisela Igciwane Likamama EmntwaneniUkunakekelwa Okusekeleke Ekhaya Amalungelo Abantu Ingxenye Yokuqala

Umsoco ofanelekile kubantu abaphila ne-HIV ubalulekile. Nokho, isihloko somsoco njengokwelashwa kwabantu abaphila ne-HIV sinempikiswano enkulu futhi ngeke kuvale isikhala sama-ARVs. Kulolu hlelo, senaba ngobumqoka bomsoco ofanelekile namaphilisi ayizakhamzimba. Sigcizelela ukuthi ama-ARVs wukuphela kokwelashwa okusebenzayo kubantu abaphila ne-HIV nokuthi umsoco, phezu kokuba usemqoka, awusozw wathatha indawo yama-ARV's. Sichaza ukuthi nhloboni yezakhamzimba okumele zidliwe wumuntu ophila ne-HIV ukuze adle ngokusimeme nangokulinganisekile.

Izahluko

Ukwazisa
1.  Indima edlalwa yi-HIV, ekudingeni kwethu ukudla
2.  Amaqembu okudla
3.  Ama vitamin nezithathiselo zokudla
4.  Sikulungisa kanjani ukudla
5.  Phuza amanzi ahlanzekile ngokwanele