Home / Treatment Literacy Series / 16 Imigomo Eyisiekelo Yokuphila Ngendlela Efanele


isiZULU

Imigomo Eyisiekelo Yokuphila Ngendlela Efanele

Ukwazisa nge-HIV: Ingxenye YokuqalaUkwazisa nge-HIV: Ingxenye YesibiliUhlelo Lokhuvikela Negciwane IeHIVImishanguzo Yabantu AbadalaIsifo Sofuba Nesandulela NgculazaUbubi Bama ARVsIsandulela Ngculazi Nocansi Ukuhlolelewa Isandulela Ngculaza NgokuzikhethelaAbantwana Abakwi ARVsAbantwana Ngaphandle KwemishanguziUkudla Ama-ARVs Ngendlela EyiyoIzifo Ezingosomathuba Ezihlasela UmlomoIzifo Ezingosomathuba Ezihlasela IsikhumbaIzifo Ezingosomathuba Zohlelo LokuphefulmulaIzifo Ezingosomathuba Zohlelo Lwemizwa Nemicela Mngeni Kwisimo SengqondoImigomo Eyisiekelo Yokuphila Ngendlela EfaneleUkudla Okunephilo neHIVAbesifazane Negciwane Ie-HIVUkuvikeleka Ukudluisela Igciwane Likamama EmntwaneniUkunakekelwa Okusekeleke Ekhaya Amalungelo Abantu Ingxenye Yokuqala

Kusemqoka ukuba siqonde futhi sizinike amandla ngolwazi lokuphila kahle ngesikhathi siphila ne-HIV. Ukuqonda imithetho embalwa eyisisekelo kungenza umehluko ezimpilweni zethu - kungaba yikhono lokubuza eminye imibuzo mayelana nokwelashwa kwethu noma ukwazi ukuthi yiziphi izidlo okumele sizidle. Kulolu hlelo sibheka izindlela esingaphila ngazo ngokubheka uhlangothi oluhle ne-HIV. Sigxila kokusemqoka njengomsoco, ukuzivocavoca, ukukhululeka ngesimo sakho, ucansi oluphephile nezinhlobo ezihlukene zokwelashwa. Yonke le mithetho izosisiza siphile kangcono.

Izahluko

Ukwazisa
1.  Imigomo eyisisekelo yokuphila  ngendlela efanele
2.  Ukuhlala isikhathi eside neHIV
3.  Ukusebenzisa amakhondomu
4.  Ukunciphisa ukuphatheka kabi
5.  Imithi engahloliwe
6.  Ukuyeka izidakamizwa
7.  Ezinye izinhlaka zokuphila ngendlela efanele