Home / Treatment Literacy Series / 15 Izifo Ezingosomathuba Zohlelo Lwemizwa Nemicela Mngeni Kwisimo Sengqondo
| isiZULU |
Izifo Ezingosomathuba Zohlelo LwemizwaNemicela Mngeni Kwisimo Sengqondo
|
||
|
Siyazi ukuthi i-HIV ihlasela amasosha ethu omzimba bese ethambisa indlela olwa ngayo nezifo umzimba. Ngakhoke izifo ezingosomathuba zomgudu wemizwa zanda kakhulu kubantu abaphila ne-HIV futhi zingaphazamisa indlela esicabanga nesizizwa nesinyakaza ngayo. Kulolu hlelo senaba ngezinhlobo ezihlukene zezifo ezingosomathuba zomgudu wemizwa njengesolwebu lobuchopho (meningitis), ukuthwebuleka (stroke) nokuphampana komqondo nokuthi zingaziphazamisa kanjani izimpilo zethu. Sichaza futhi izindlela ezihlukene esingalapha ngazo le zifo njengama-ARVs, ukuze siphile kangcono. |
|||
Izahluko |
|||
|
Ukwazisa |
|||

