Home / Treatment Literacy Series / 13 Izifo Ezingosomathuba Ezihlasela Isikhumba


isiZULU

Izifo Ezingosomathuba Ezihlasela Isikhumba

Ukwazisa nge-HIV: Ingxenye YokuqalaUkwazisa nge-HIV: Ingxenye YesibiliUhlelo Lokhuvikela Negciwane IeHIVImishanguzo Yabantu AbadalaIsifo Sofuba Nesandulela NgculazaUbubi Bama ARVsIsandulela Ngculazi Nocansi Ukuhlolelewa Isandulela Ngculaza NgokuzikhethelaAbantwana Abakwi ARVsAbantwana Ngaphandle KwemishanguziUkudla Ama-ARVs Ngendlela EyiyoIzifo Ezingosomathuba Ezihlasela UmlomoIzifo Ezingosomathuba Ezihlasela IsikhumbaIzifo Ezingosomathuba Zohlelo LokuphefulmulaIzifo Ezingosomathuba Zohlelo Lwemizwa Nemicela Mngeni Kwisimo SengqondoImigomo Eyisiekelo Yokuphila Ngendlela EfaneleUkudla Okunephilo neHIVAbesifazane Negciwane Ie-HIVUkuvikeleka Ukudluisela Igciwane Likamama EmntwaneniUkunakekelwa Okusekeleke Ekhaya Amalungelo Abantu Ingxenye Yokuqala

Ziningi izinhlobo ezihlukene zezifo ezingosomathuba angazithola umuntu ophila ne-HIV. Izifo ezingosomathuba zesikhumba zande kakhulu kubantu abaphila ne-HIV futhi zingavela ngezinhlobo eziningi ezihlukene.  Lolu hlelo lugxila ezinhlotsheni ezihlukene zezifo ezingosomathuba zesikhumba. Luchaza izimpawu nezinkomba kanye nezinhlobo ezihlukene zokwelashwa ezingasisiza siphile izimpilo ezinempilo kangcono.

Izahluko

Ukwazisa
1.  Usigcina kanjani isikhumba sakho sinempilo?
2.  Yini ukuqubuka kwesikhuba?
3.  I-Herpes Simplex
4.  I-Bhande (Herpes Zoster)
5.  Ezinye izinkinga zesikhumba
6.  I-Kaposi's Sarcoma